Yin i - DataDot?
Yin i - DataDot?
![]() |
- Lokhu izinhlansana ezincane ezibizwa ama "microdots"
- Inhlansana eyodwa yenziwe ngohlobo oluthize lwensinjana ubukhulu bayo ingu - 0.5mm kuya ku - 1mm ubundilinga (diameter).
- Emotweni kunezinombolo eziyi-17 ezingaba izinombolo ze - VIN noma eziyi - PIN ezitholakala kulezi zinhlansana ze - DataDot.
- Izinhlansana eziyizinkulungwane eziyishumi (10 000) zinindwa / zithelwa emotweni ngendlela eyisipesheli eyaziwa ngochwepheshe be-tekhinoloji bakwa DataDot.
- Lokhu okusaglue okusetshenziswayo ukunamathelisa lezi zinhlansana emotweni kunezinhlansana ze - UV ezenza kubelula ukubona leyo ndawo enindiwe (sprayed).
- Noma kulula ukubona indawo enindiwe (sprayed) kodwa angeke ukwazi ukususa lama-dots anindiwe ngisho noma usuthanda.
- Kungani sidinga lama-Dot?
- Isitolo sabaqhaqhi zimoto
- Ukuze ipotozwe noma iphulwe
- Ezitshontshiwe futhi zatholakal
Kungani sidinga lama-Dot?
Kungoba kulula ukweba imoto futhi uyishintshe, umnikazi angasakwazi ukuyibona.
Ungacabanga nje uma lezi zinhlansana ezingenza ubone imoto yakho ezilingana nekhanda likamakhanjana zithelwe ngokuphindaphindwe ngokuyizinkulungwane eziyishumi (10 000 times) emotweni yakho.
Yebo kulula ukuzibona lezi zinhlansana emotweni yakho, kodwa ukuzisusa ushintshe nemoto ukuthi ingatholakali / ingabonakali angeke kwenzeke.
Ukusuka Emuva
| Abaqhaqhi bezimoto bathengise amaparts babiza abenzi bezimoto izigidi gidi (millions) zamarandi ngonyaka ngokulahleka kwentengo yezinxenye (parts) zezimoto ezilahlekayo. | |
![]() |
![]() |
| Isitolo sabaqhaqhi zimoto - eThekwini - eNingizimu Afrika. | Kuneninyango yezimoto ekhishwa ngobuciko obukhulu kulesisitolo esingenhla eThekwini |
Ukusuka Emuva |
|
|
Minyaka yonke kunezimoto ezingaphezu kwezinkulungwane eziyishumi nane (14 000) ezilindele ukuyopotozwa eNingizimu Afrika ngoba abanikazi abatholakali. Abomshwalense nabanikazi bezimoto balahlekelwa imali elinganiselwa ku R2 billion ngonyaka. |
![]() |
|
Ukusuka Emuva |
Ezitshontshiwe futhi zatholakal
| Abakwa-DataDot kuphela abakwazile ukusho ukuthi ubani umnikazi weToyota Quantum ebe ilahlekile etholakele. | |
![]() |
![]() |
![]() |
![]() |
|
Ukuvumela ukuthi i-lebuli isuswe noma ihleshulwe Ukusuka Emuva |
Inombolo ye-Chesi noma i- VIN egxiviziwe esusiwe. Ukulindelwa kwenombolo entsha ezimotweni ezingeke zisalungiseka. Lokho kuzala ukuthi leyomoto ivusiwe, ayiseyona i- original |
-
DataDot®
Learn More
-
DataTraceDNA
Learn More










